Zulu Hymn

Busa Nkosi Yam’


O, Msindisi, Jesu Kristu
Nguwe oyiNkosi yam’
Yebo manje mawubuse
Phezu kwakho konk’ okwam’.


Refrain
Busa, Nkosi yam’,
Busa, Nkosi yam’,
Ngeqiniso ngisavuma
uyiNkosi yam’.


Kade ngazinika kuwe,
Wazihlanz izono zam’.
Namhla ngiyaphinda, ngithi,
Wena UyiNkosi yam’


‘Zandla zami neinyawo,
Kanye nal’ ulimi lwam’,
Neiphahla nani nani,
Thatha konke, nkosi yam’.

 


Busuku Obuhle


Busuku obuhle.
Kuthulile konke nya.
Emuzini eBethlehema,
Umsindisi azelwe kuwo.
Akadunyiswe uJesu!
Akadunyisw’ uJesu!


Busuku obuhle,
Belusi nampaya
Bethandaza eBethlehema,
Nengelosi zihuba zithi:
“Gloria, Gloria, Gloria
In excelsis Deo.”


Busuku obuhle,
Umsindisi nanguya.
Eze kithi eBethlehema,
Uze kusisindisa thina.
Asimdumise simbonge
Kuze kube nini.

 


Esiphambanweni


Eduze nesiphambano (Near the Cross)
Kunomthomb’ omuhle (There’s a precious fountain)
Amanzi okwelapha (A healing stream)
Evela ku Jesu (From Jesus)


Ref
Esiphambanweni (On the Cross)
Ngodumisa mina (Be my glory forever)
Lapho umoya wami (That is where my heart)
Wophumula khona (Shall find rest)


Eduze nes’phambano (Near the Cross)
Ngihlale newundlu (I will live with the Lamb)
Ngisize nsuku zonke (Help me day by day)
Ngilalel’ ithunzi (Cover me with Your shadow)